51BABHALE IMIBHALOEBHINQAYOABABENGABASAKAZIBOKHOZI KUSHIYAOBENGUMPHATHISITESHI4KUTHOLAKALE NEZIBHAMUKUBOSHWA ABOKUFIKA ABADAYISAUKUDLA OKONAKELE EMTSHEZI2UTHOLAKALE ELENGAUMLISA OWADUBULAUDADEWABOESITOBHINI SEBHASI3NgoMsombulukoIZINDABA ZOMPHAKATHI ZINJENGOBA ZINJALO18 kuLwezi 2024ZITHOLELE I-APP YETHU YEZINDABAZOMPHAKATHI EHAMBA PHAMBILINGENA KU-GOOGLE APP STORE UDOWNLOADE I-APPYETHU EHAMBA PHAMBILI MAHHALA!!!SEARCH FOR UTHUKELA NEWS TIMES UZITHOLELEIZINDABA ZAKHO ZISHISA078 914 7935 izindaba@uthukelatimes.co.zaNOMA UVAKASHELE iWEBSITE YETHUwww.uthukelatimes.co.zaEZEMIDLALOUBROOS UNCOMEIBAFANA INGENAKOWECAF
218 kuLwezi 2024KUTHOLAKALE NEZIBHAMU KUBOSHWA ABOKUFIKAABADAYISA UKUDLA OKONAKELE EMTSHEZINgoMsombulukoIZINDABA ZOMPHAKATHI ZINJENGOBA ZINJALOOkungenani abanikazi bezitolo abayisikhombisaabangenazo izincwadi zabokufika abasolwangokudayisa ukudla osekuphelelwe yisikhathienyakatho ye-KZN basezitokisini. Lokhu kushiwo yiziphathimandla ezithi leliqembu libanjwe yithimba eliphenya izingalokudla okudayiswe eMtshezi ngoLwesithathu.Kuthiwa baphinde batholakala nezibhamunezinhlamvu okusolakala ukuthi akukhoemthethweni.IMeya kaMasipala Inkosi Langalibalele,uMduduzi Myeza, ithi izitolo zabo zivaliwenjengoba kusaqhubeka uphenyo.“Abanye abanikazi bezitolo bakwazileukubaleka kodwa kodwa sisabathungatha.Sithole izinhlamvu ezingaphezu kuka-500,amaphoyisa azophenya ngalezo zibhamu ukuzeathole ukuthi zisemthethweni yini nomazisetshenziselwa ubugebengu.”Phakathi kwezinto ebezidayisa kulezi zitoloezitholakale zonakele kubalwa i-Achaar, CocaCola nezinye iziphuzo ezizoyizayo, amasnacksathandwa kakhulu yizingane, uChocolate,impuphu, uflawa nokunye okuningi.UVULELWE ELINYE ICALA OWATHENGELA INGANE YAKHE IZINKABILihlehliselwe umhla ka 21kuLwezi icala lowesimame osolwangokuthengela indoda yakheayizalayo izinkabi kubangwa ifa.Inkantolo kaMantshieMnambithi inqumeukulihlehlisa futhi leli calaelibekwe uNkosikazi SindiNgema nalowo asolwa nayeuMnumzane Msizi Mbhele.UNgema kuthiwa wakhokhelauMbhele isamba semali ukuzeabulale indodana yakheayizakayo uZanokuhle Sibeko.Nanoma leli tulolingaphumelelanga emva kokuba uSibeko asinda emvakokudliswa ushevu ngumbhele,kodwa lesi senzo samenza walalaisikhathi eside esibhedlela. Nomaingakacaci imbangela yokuzamaukubulala, kodwa kuthiwakubsngwa ifa elashiwa umamakaNgema nongugogokaZanokuhle.Okumangaze abaningi ukuvulwakwelinye futhi icala elibhekiswekuye uNgema. Kulokhu usolwangokweba amathayi emoto yayobelu indodana yakhe.Lamacala omabili ahlehliselweumhla ziyi-21 kuLwezi kuwolonyaka
UTHOLAKALE ELENGA UMLISA OWADUBULAUDADEWABO ESITOBHINI SEBHASI318 kuLwezi 2024 NgoMsombulukoIZINDABA ZOMPHAKATHI ZINJENGOBA ZINJALOUNGAFAKA ISIKHANGISO SAKHO LAPHASITHINTE MANJE!! 078 914 7935izindaba@uthukelatimes.co.zaKudideke wonke umphakathi wasendaweniyasembuzweni emnambithi emva kokudlulaemhlabeni kwamalungu awo amabili emandelangesandla selinye ilungu lomndeni.Kumangale wonke umuntu ngesikhathikuvela izindaba zokuthi uHlengiwe Zwaneudutshuliwe, futhi kuthiwa udutshulwengumfowabo alamana naye.Kuthiwa uhlengiwe wavuka ngoLwesibiliekuseni njengenjwayelo elibhekiseemsebenzini, nokwathi esamile esitobhinielinde ibhasi, kwaqhamuka umsolwaongumfowabo maqede wamqhululangenhlambu amahlandla amahlanuwashonela khona lapho.Kuthiwa umsolwa emva kwalokho wagcwalaamathafa wangaziwa ukuthi ulibhekisephi.Kuthiwa lomlisa uthe ukunyamalalaizinsukwana ezimbalwa ethungathwaamaphoyisa nomndeni ungamazi ukuthiukuphi, Omakhelwane kuthiwa obonakelengolwesithathu ebusuku engena emziniwakhe. Ekuseni ngolwesine kuthiwa kufikeamaphoyisa ethi azombona ahlangabezana nesidumbu sakhe silenga endlini.Kusenzima namanje emndenininakomakhelwane ukukholwa lesi sehlo.Ngokwemibiko, kuthi lomlisa ubehlale njaloesongela umndeni wakhe ngokuwubulala,Kuthiwa inkinga yaqala mhla enenkinganonkosikazi wakhe nowagcina ngokuhambaabuyele kubo. Lomlisa ubesola umndeni wakhengokuba nesandla ekuhambeni kukankosikaziwakhe.UNGAFAKA ISIKHANGISO SAKHOLAPHA SITHINTE MANJE!!078 914 7935izindaba@uthukelatimes.co.za
BABHALE IMIBHALO EBHINQAYO ABABENGABASAKAZIBOKHOZI KUSHIYA OBENGUMPHATHI SITESHI418 kuLwezi 2024 NgoMsombulukoIZINDABA ZOMPHAKATHI ZINJENGOBA ZINJALOUNGAFAKA ISIKHANGISO SAKHO LAPHASITHINTE MANJE!! 078 914 7935izindaba@uthukelatimes.co.zaAMANCOKOKubukeka engathi baningi abajabulengokwesula kwalowo obengumphathi siteshiwomsakazo omkhulukazi kuleli Ukhozi FMokuvele izindaba zokwesula kwakhe izolongoLwesithathu.Izolo, abezindaba badedele izindabazokwesula kukaSbongi Ngcobokulomsakazo emva komhlangano obe khonaobuhlanganisa izikhulu eziphezulu kwa-SABC. UNgcobo ubehlezi esezindabeningenxa yezinkulumo ebezihlale njalo yena uNgcobo ngokumvalela ngaphandle.Emva nje kokuvela kwalezi zindaba abanye abasakazi nabasebenzi abake basebenzanaye kulomsakazo bangene ezinkundlenizokuxhumana babhala imibhalo ebhinqayookusolisa ukuthi ibibhekiswe kuye uNgcobo.USthandwa Nzuza owabe engumsakaziwaloMsakazo naye isikhathi esideowaphelelwa ngumsebenzi kuphethe yenauNgcobo ungene kuFacebook wabhalakanje,“Karma knows everyone’s address,End” okuchaza ukuthi, okubi okwenzakwabanye, kuyokwenzeka naluwe.Kanti kungakapheli isikhathi esingakananilowo osanda kusula njemphathi wezinhlelokulomsakazo uNkosikazi Pearl Maseko-Bhinqose naye ubhale amazwi abhinqayowathi,“Kushuthi sorry ke” wase efakaupopayi omoyizelayo. uzokhumbula ukuthiabe khona amahlebezi okuthi laba bobabilibebengaboni ngaso linye besasebenzakulomsakazo.Akuphelelanga lapho kodwa, intokaziengumdidiyeli wezinhlelo esebenzaemsakazweni iGagasi FM njengamanje nayoeyahamba emsakazweni uKhozi kuphetheyena uNgcobo u-Ayanda Melansi nayoigijime yaze yamfishane yayofaka isithombesikaPhaya obhalwe ukuthi,“you must eat it”wase ebhala ukuthi,“Ukhona yini ongatolikalesi sithombe?”Ungcobo yena ubengakasho lutho emvakokuvela kwalezi zindaba, futhi akwaziwaukuthi njengamanje uzolibhekisaphinjengoba esula kulengadlangadla yesiteshinje.zimlandela. Amanye amaziko ezindaba ake abhalaphambilini ngokusoleka kwakhe ngokubanobudlelwano obujulile nabanye babasakazibalomsakazo kanti futhi kube khona laboangabathandisisi kahle. Lokhu kuza nje emva kokubaumculi kamaskandi odumile enze ivideo kuFacebookekhalaza ngokungadlalwa kwengoma yakhekulomsakazo kanye nakubize ngetulo lokuthi ingomayakhe ingangeni kwezilishumi eisethubenilokunqamula unyaka kulomsakazo, nasola khona
5UBROOS UTHI IBAFANA BAFANAISILAPHO EFANELE UKUBA KHONAEBHOLENI LASE-AFRICA18 kuLwezi 2024 NgoMsombulukoIZINDABA ZOMPHAKATHI ZINJENGOBA ZINJALOUMQEQESHI weBafana Bafana uHugoBroos uzichithile izinsolo zokuthi iqembulakhe lihlomule ngemiphumela engemihleyabanye emidlalweni yokuhlungela i-AfricaCup of Nations (AFCON).Iqembu laseNingizimu Afrika lidlale ne-Uganda ngoLwesihlanu, selikwazileukungena ngenxa yokuthi iCongo ihlulweyiSouth Sudan ngayizolo. IBafana Bafanane-Uganda baphume kuGroup K kantibazoqhudelana eMorocco ngoDisemba2025.EZEMIDLALOIBafana Bafana ishaye i-Uganda ngo 2-0 eKampala, amagolikaThapelo Morena noPatrick Maswanganyi, okuyibekeesicongweni seqoqoZITHOLELE I-APP YETHU YEZINDABA ZOMPHAKATHI EHAMBA PHAMBILINGENA KU-GOOGLE APP STORE UDOWNLOADE I-APP YETHU EHAMBA PHAMBILIMAHHALA!!!SEARCH FOR UTHUKELA NEWS TIMES UZITHOLELE IZINDABA ZAKHO ZISHISAwww.uthukelatimes.co.zaUNGAFAKA ISIKHANGISO SAKHO LAPHA SITHINTEMANJE!!078 914 7935 izindaba@uthukelatimes.co.zaAkekho ongathi sinenhlanhla ngemuvakokuhlulwa kweCongo. .Sikhombisile ukuthisinganqoba futhi sikufanele ukungena ku-Afcon,” usho kanje.Uhambo lweBafana lokuhlungela beluqinile,inqobe kathathu yadlala ngokulinganakwemibili. Baphinde bathuthuka ekuhlaselweni,bashaya amagoli angu-13—owesibili phezulukwabahlungelayo, ngemuva kweMoroccokuphela, eshaye angu-19.IBafana Bafana ishaye i-Uganda ngo 2-0 eKampala,amagoli kaThapelo Morena noPatrickMaswanganyi, okuyibeke esicongweni seqoqonjengoba sekusele umdlalo owodwa. Izoqedaimidlalo yokuhlunga ngomdlalo wabakhaya neSouthSudan eKapa ngoLwesibili. Ukunqoba kuzobavikelaendaweni yokuqala eqoqweni.Ngemuva komdlalo uBroos uthe ukuhlunga kwabobakuthole kahle hhayi ngenxa yenhlanhla. “Umasinqoba ngoLwesibili sizobe sinamaphuzu angu-14.Bekunemidlalo ebesingayinqoba phambilininjengomdlalo wabakhaya ne-Uganda. Ukunqobanamuhla bekubalulekile ekuholeni iqoqo.